Lomhlaba Unzima - Big Zulu, Umzukulu

Lomhlaba Unzima - Big Zulu, Umzukulu

Год
2019
Язык
`큰 낫`
Длительность
294990

아래는 노래 가사입니다. Lomhlaba Unzima , 아티스트 - Big Zulu, Umzukulu 번역 포함

노래 가사 " Lomhlaba Unzima "

번역이 포함된 원본 텍스트

Lomhlaba Unzima

Big Zulu, Umzukulu

Baba benomama ayi bo

Lomhlaba unzima

Baba benomama ayi bo

Umhlaba unzima

Baba benomama ayi bo

Lomhlaba unzima

Baba benomama ayi bo

Umhlaba unzima

Bathi hallelujah! Amen! Sivula ngomthandazo

Ngegama likaJesu uNkulunkulu uThixo weymangazo

Nkulunkulu wamazulu xolel' abasonayo

Sohlangan' e-Galile kuyoba mnandi bengekh' abasontayo

Shwele baba thethelel' izono zami

Akukho lula ukuba yim' inzondo inami

Nam' angilazi icala lami isono sami

Izitha zyangiladela vika dloz' amandl' enkabi

Ngizomemeza uNkulunkulu wamabhinca

Uzosabela iythukuthuku mabezidla

Ngisele ngedwa iynxushunxushu bayang’gila

Ngihlupheke kakhulu ngiwa ngivuka iNkosi isiza

Bathi khala zome mtaka-ma uyokhala kuzwe bani

Uphenduk' intandane inyembezi ziwela phansi

Sal' usubuya Nkulunkulu wama bhinca

Ngizogqok' uBrentwood ngizocothoza 'masufika

Baba benomama ayi bo

Lomhlaba unzima

Baba benomama ayi bo

Umhlaba unzima

Baba benomama ayi bo

Lomhlaba unzima

Baba benomama ayi bo

Umhlaba unzima

Ayy! zyolal' insizwa kuyosal' iybongo

Syobamb' ishisa kuyosab' iynongo

Zyoland' indlondlo zyoshiy' izono

Bek' ithemba kuMdali kuyoqhum' iybongo

Sikhalile kwenela kunzima nokuyifakaza

Usithathel' amaqhawe inhloso yakh' ukusihlakaza

UMgqumeni iNdidane was’ugcina ngeChalaha

Kukhon' okusesifubeni kodwa kunzim' ukuk’phalaza

Sal’usubuya Nkulunkulu uyaz' awudeli

Isizwe sojabula inxushunxushu uyaz' aypheli

Usivikele kwiyphukuphuku yaz' ayqeni

Ibhinca lizojabula lizokikiza ingez' aypheli

Alusekh' uthando ihlekisan' ihlomelela

Unzim' umhlaba isibheken' ibophelele

Awu buya baba isizwe sakh' usithethelele

Ukukhal' akusizi inyembezi sekumoshakele

Baba benomama ayi bo

Lomhlaba unzima

Baba benomama ayi bo

Umhlaba unzima

Baba benomama ayi bo

Lomhlaba unzima

Baba benomama ayi bo

Umhlaba unzima

200만 개 이상의 가사

다양한 언어로 된 노래

번역

모든 언어로 고품질 번역

빠른 검색

몇 초 만에 원하는 텍스트를 찾으세요