Ngiyaz'thandela - Kelly Khumalo

Ngiyaz'thandela - Kelly Khumalo

  • 출시년도: 2018
  • 언어: 큰 낫
  • 지속: 3:50

아래는 노래 가사입니다. Ngiyaz'thandela , 아티스트 - Kelly Khumalo 번역 포함

노래 가사 " Ngiyaz'thandela "

번역이 포함된 원본 텍스트

Ngiyaz'thandela

Kelly Khumalo

Uthando lwami ngiyak' nikeza

Inhliziyo yami ifuna wena

Banamanga bathi mina ngizokuyeka

Ngeke balunge ngawe ngiyaz’fela

We bakithi aning’sizeni, naku ngifa uthando

Wema, oh

Nayi insizwa ing' sanganisa (La ngibashwa nguthando)

Awu wema yo oh

Ungowami in a ngiz' thandela

Anginandaba ngoba kuwe ngiz' thandela

Banamanga bathi uthando luzophela

Anginandaba nabo ngoba kuwe ngiz' thandela

Bayakhuluma ondaba zabantu

Banamanga bathi ngeke sphumelele

Inhliziyo yami ngeke ivume

Ukulahlekelwa ngumuntu onjengawe

Nayi insizwa ing' sanganisa

We ngibanjwa uthando

Wema ye wo

Umgowami mina ngiz' thandela

Anginandaba Lapha kuwe ngiz' thandela

We eh

Ungowami in a ngiz' thandela

Anginandaba ngoba kuwe ngiz' thandela

Banamanga bathi uthando luzophela

Anginandaba nabo ngoba kuwe ngiz' thandela

Ungowami in a ngiz' thandela

Anginandaba ngoba kuwe ngiz' thandela

Banamanga bathi uthando luzophela

Anginandaba nabo ngoba kuwe ngiz' thandela

Angeke balunge sthandwa sami (Hayi hayi hayi hayi bo)

Ngoba mina nawe siyathanana (Iyelele mama we)

Oh ngeke balunge sthandwa sami (Hayi hayi hayi hayi bo)

Mina nawe siyathanana yhe

Ungowami in a ngiz' thandela

Anginandaba ngoba kuwe ngiz' thandela

Banamanga bathi uthando luzophela

Anginandaba nabo ngoba kuwe ngiz' thandela

Ungowami

Sthandwa sami

Ngeke balunge

Ngeke, ungowami

200만 개 이상의 가사

다양한 언어로 된 노래

번역

모든 언어로 고품질 번역

빠른 검색

몇 초 만에 원하는 텍스트를 찾으세요