
아래는 노래 가사입니다. AmaBlesser , 아티스트 - Mlindo The Vocalist, DJ Maphorisa 번역 포함
번역이 포함된 원본 텍스트
Mlindo The Vocalist, DJ Maphorisa
Uyaz' uk’thand umuntu uvele ugcwale ngaye
Uvel' ubon i-straight
Uvele ubon' umshado
Ngisho uma wey’ngane
Impilo yakho yonk' iphelele wena um' unaye
Kanti yena ufun' ukuhamba
Ufuna uk’bona abanye
Mina ang’sazi ng’thini, ang’sazi ng’thini ye…
Ak’phileki ngaphandle kwakho nawe uyaz' sthandwa sami…
Ngob' uthen' akasang’thand ucela ngimyeke
Uhambile uma-baby
Uhambile uma-baby yea…
Uhambe namablesser
Uhambe namablesser wooaa…
Beng’nentombi mina, intombi mina aah
Beng’nentombi mina, intombi mina aah
Kodwa wakhetha ukung’shiya aah
Ukung’shiya…
U-lovey wam uhambe namablesser
Uhambe namablesser aah…
Bathath' umunt' wam
Bathath' isthandwa sam why…
Nom' ungahamb' uzong' khumbula aah
U-lovey wam uhambe namablesser
Uhambe namablesser wahamba
Ihambil' intombi kamjita, ay ulova…
Usho in front of phamb' kwabantu
Wathi «it's over»
Mina ang’nanto… weeh
Mina ang’nalutho, mina
'maningthathela yena nithi ngenzenjani?
'maningthathela yena nithi ng’thande bani?
Wentomb' yam we
Wentomb yam wena aah
Buyel ekhaya aah
Uma ningthathela yena nithi ngthembe bani?
Uma ningthathela yena nithi ngthande bani?
Wentomb' yaaaaaaaaam…
다양한 언어로 된 노래
모든 언어로 고품질 번역
몇 초 만에 원하는 텍스트를 찾으세요